Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:2 - IsiZulu 2020

2 Lapho kuvela ukuziqhenya kulandela ihlazo, kodwa kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Lapho kufika ukuziqhenya, kufika nehlazo; kepha kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lapho kufika ukuzidla, kufika ihlazo, kepha kwabaphansi kukhona ukuhlakanipha.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:2
10 Referans Kwoze  

Impakamo yomuntu iyomqumba phansi, kepha onomoya othobekileyo uyazuza udumo.


Ukwesaba uSimakade kungumyalo wokuhlakanipha, nokuthobeka kwendulela udumo.


“Ngithi kini: lo wabuyela ekhaya elungisisiwe kunomFarisi. Ngokuba yilowo nalowo oziphakamisayo, uzakuthotshiswa; kodwa ozithobayo, uzakuphakanyiswa.”


Inhliziyo yomuntu iyaziqhenya ngaphambi kokuba abhujiswe, kanti ukuthobeka kwandulela udumo.


Ngalokho, nkosi, masamukeleke kuwe iseluleko sami, ushiye izono zakho ngokwenza okulungileyo, uhlukane nobubi bakho ngokuba nomusa kwabampofu; mhlawumbe impumelelo yakho ingaqhubekela phambili.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite