Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:12 - IsiZulu 2020

12 Umuntu owedelela umakhelwange wakhe akanakuhlakanipha, kodwa onengqondo uyazithulela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Odelela umakhelwane wakhe akanakuhlakanipha, kepha umuntu onengqondo uyazithulela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ongenakuhlakanipha uyadelela umakhelwane wakhe, kepha umuntu onengqondo uyazithulela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:12
15 Referans Kwoze  

owathi ethukwa akaze aphindisela, ehlushwa akaze asongela muntu, kodwa wazinikela kulowo owehlulela ngokulunga;


Lapho kunokukhuluma okuningi akupheli ukona; othiba ulimi lwakhe uhlakaniphile.


UJesu wakhuluma nabanye ababezigabisa ngokuthi balungile, bedelela abanye; wabatshela lo mzekeliso, wathi:


Kuthe abaFarisi ababethanda imali, bangakuzwa konke lokho, bamedelela.


Owedelela umakhelwane wakhe uyona, kodwa lowo onomusa kwabampofu ubusisiwe.


Kepha abantu bathula, abamphendulanga ngazwi, ngokuba umyalo wenkosi wathi: “Ningamphenduli.”


Kepha abantu abakhohlakele, bathi: “Uyakusisindisa kanjani lona na?” Bambukela phansi, abaze bamnika sipho, kodwa wazithulela nje.


UZebhuli wathi kuye: “Kuphi ukuziqhayisa kwakho manje, wena obuthi: ‘Ungubani u-Abhimelekhi ukuba simkhonze, na?’ Akuwona yini lawa amabutho obuwathatha kalula, na? Phuma manje, ulwe nawo.”


Ophinga nowesifazane akanakho ukuqonda; owenza lokho ubhubhisa impilo yakhe.


Ngesibusiso sabaqotho umuzi uyaphakanyiswa, kepha ngomlomo wezikhohlakali ucekelwa phansi.


Oyinhlebi uhamba edalula izimfihlo, kepha othembekile emoyeni uyayisibekela indaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite