Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:27 - IsiZulu 2020

27 Lapho kufika isiphepho esibhubhisayo, nokwesaba kwenu sekufana nembubhiso, nenhlekelelo yenu ifika njengesivunguvungu, nalapho inhlupheko nosizi kunehlela,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 lapho kufika njengesivunguvungu lokho enikwesabayo, nengozi yenu iza njengesikhwishikhwishi, lapho nehlelwa ngukuhlupheka nosizi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Lapho ukwesaba kwakho kufika njengencithakalo, nokubhujiswa kwakho kufika njengesivunguvungu; lapho usizi nosizi lukwehlela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:27
13 Referans Kwoze  

Usizi nobuhlungu kuyakubehlela bonke abantu abenza okubi, umJuda kuqala, nomGriki.


USimakade uyaphuza ukuthukuthela, mkhulu ngamandla, impela onecala akayukumyeka angamjezisi, indlela kaSimakade isesivunguvungwini nasesiphephweni, amafu awuthuli lwezinyawo zakhe.


Uma bethi: “Ukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyakubazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo; kabasoze baphunyuka.


Izizwe zihlokomisa okwamanzi amaningi, kodwa uyakuzijezisa, zibalekele kude, zixoshwe njengamakhoba epheshulwa ngumoya ezintabeni, nanjengothuli lupheshulwa yisiphepho.


Amabhodwe enu engakakuzweli ukushisa kwezinkuni zameva, uyakuziphephula, noma ziluhlaza, noma zivutha.


UNkulunkulu uyakuzwa yini ukukhala kwakhe, lapho ehlelwa wusizi na?


Bheka, isivunguvungu sikaSimakade esinolaka siphumile. Isivunguvungu esikhwishizayo siyakhwishiza phezu kwamakhanda ezikhohlakali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite