Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:21 - IsiZulu 2020

21 Kumemeza ezinkundleni nasemasangweni omuzi, kukhuluma kuthi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 emashashalazini emigwaqo kuyaduma; ngasezikhaleni zamasango omuzi kuyakhuluma amazwi akho okuthi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Buyabiza endaweni yokuhlangana, ezintubeni zamasango; emzini ikhuluma amazwi ayo ithi:

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:21
9 Referans Kwoze  

“Hambani, niye ethempelini, nikhulume kubantu bonke amazwi alokhu kuPhila.”


Kwabuthana izixuku eziningi, waze wangena esikebheni, wahlala phansi; isixuku sonke sasimi ogwini.


Lokhu enginitshela khona ebumnyameni, kukhulumeni ekukhanyeni; nalokhu enikuzwayo endlebeni, kumemezeleni phezu kwezindlu.


Kuthume izintombi zakho, kuyamemeza emagqumeni aphakemeyo omuzi, kuthi:


UJesu wamphendula, wathi: “Ngikhulumile esidlangalaleni ezweni. Ngezikhathi zonke, bengifundisa esinagogeni nasethempelini, lapho kubuthana khona bonke abaJuda, angikhulumanga lutho ngasese.


Ukuhlakanipha kuyampongoloza emigwaqweni, kuyaqandula ezigcawini.


“Kuyoze kube nini ziwula ndini nithanda ubuwula, nani zedeleli, nithokoziswa ngukweyisa, nani ziwula nizonda ulwazi na?


Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akuvezi yini ilaka lakho na?


ngasekungeneni, emasangweni omuzi kuyamemeza, kuthi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite