Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:17 - IsiZulu 2020

17 Ngokuba balendlalele ize inetha labo, ukucupha ugibe izinyoni zonke zibuka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba inetha lenekelwe ize emehlweni azo zonke izinyoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Impela inetha lendlalelwa ize phambi kwamehlo azo zonke izinyoni.

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:17
6 Referans Kwoze  

uze umcibisholo uhlabe esibindini sayo; isheshela ogibeni njengenyoni, ingazi ukuthi lubekelwe ukuphila kwayo.


Unogolantethe emkhathini uyazazi izikhathi zakhe ezimisiweyo; ihobhe, ihhashi, inkonjane, nonohhemu, kuyazigcina izikhathi zokufika kwakho; kodwa abantu bami kabazazi izimiso zikaSimakade.


Thina nezilwane zomhlaba usifundisa okuningi, asenze sihlakaniphe kakhulu kunezinyoni ezindiza emkhathini.’


Inkabi iyamazi umniniyo, nembongolo umkhombe lapho umniniyo eyiphakela khona, kodwa u-Israyeli akazi, abantu bami kabaqondi.”


ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi.


Laba baqamekela elabo igazi, balala unyendle belalela impilo yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite