Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:1 - IsiZulu 2020

1 Lezi yizaga zikaSolomoni, indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nazi izaga zika Solomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Amazwi kaSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli;

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:1
14 Referans Kwoze  

Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo iyamthokozisa uyise, kodwa eyisiwula, iwusizi kunina.


Bheka, uzozalelwa indodana eyakuba ngumuntu wokuthula. Ngiyakumnika ukuthula ezitheni zakhe nxazonke, ngokuba igama lakhe uyakuba nguSolomoni, ngiyakunika u-Israyeli ukuthula noxolo ngezinsuku zakhe.


Amazwi oMshumayeli, indodana kaDavide, inkosi yaseJerusalema.


Nazi ezinye izaga zikaSolomoni ezaphinde zaqoshwa ngamadodana kaHezekiya, inkosi yakwaJuda.


Emadodaneni ami wonke, ngokuba uSimakade ungiphile amadodana amaningi, ukhethe uSolomoni, indodana yami, ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sombuso kaSimakade kwa-Israyeli.


USolomoni wahlala esihlalweni sobukhosi sikaDavide, uyise; umbuso wakhe waqiniswa kakhulu.


Ngaphezu kokuhlakanipha, uMshumayeli wayebuye afundise abantu ukwazi, walinganisa, wacwaninga, wahlela izaga eziningi.


Wafa esemdala, esenelisiwe yizinsuku nengcebo nodumo; uSolomoni, indodana yakhe, wabusa esikhundleni sakhe.


“Lokho ngikukhulume kini ngemifanekiso, kodwa siyeza isikhathi lapho ngingasayukukhuluma ngemifanekiso, kodwa ngiyakukhuluma ngoBaba ngokusobala.


USimakade wamnika ukuhlakanipha uSolomoni njengokuba ayeshilo kuye. Kwakukhona ukuthula phakathi kukaHiramu noSolomoni; benza isivumelwano bobabili.


USolomoni wahlala esihlalweni sobukhosi sikaSimakade waba yinkosi esikhundleni sikaDavide, uyise, waba nempumelelo; wonke u-Israyeli wamlalela.


ukuba kukufundise iqiniso, namazwi athembekile, ukuze uthumele impendulo eyiqiniso kwabakuthumileyo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite