Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 4:1 - IsiZulu 2020

1 Hawu, laze lafiphala igolide, igolide elihle seligqwalile! Amatshe endlu engcwele, asesakazeke kuwo wonke amakhona emigwaqo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Yeka ukufiphala kwegolide nokuguquka kwegolide elihle! Amatshe endlu engcwele ahlakazekile ezingosini zazo zonke izitaladi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Yeka indlela igolide elibuthuntu ngayo! igolide elicwengekileyo liguqulwa kanjani! amatshe endlu engcwele achithekile eziqongweni zazo zonke izitaladi.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 4:1
11 Referans Kwoze  

Vuka umpongoloze ezinzulwini zobusuku, inhliziyo yakho uyithulule njengamanzi phambi kobuso beNkosi. Phakamisela izandla zakho kuyo, ukhulekele izingane zakho, ezibulawa yindlala emajikeni ayo yonke imigwaqo.


Yeka umuzi obuthembekile usuphenduke isifebe, lona obugcwele ubulungiswa! Ubuqotho babuhlala kuwo; kodwa manje ngababulali.


Waphendula wathi kubo: “Anikuboni yini konke lokhu na? Ngiqinisile ngithi kini: akuyukushiywa lapha itshe phezu kwelinye elingayikudilizelwa phansi.”


Washisa indlu kaSimakade, isigodlo senkosi, zonke izindlu eJerusalema, nazo zonke izindlu ezinkulu, wakushisa ngomlilo kwangqongqa.


“Yeka ukuwa kwakho ezulwini, khwezi elikhanyayo, ndodana yokusa, nokuqunjwa kwakho phansi, wena owawunqoba izizwe.


UJesu wathi kuye: “Uyazibona lezi zakhiwo ezinkulu na? Akuyukusala litshe phezu kwetshe elingayukudilizelwa phansi.”


“Ndodana yomuntu, indlu yakwa-Israyeli isingamanyela kimi. Bonke sebeyithusi, ithini, insimbi nomthofu phakathi esithandweni somlilo; bangamanyela esiliva.


Ngiyakwenza iSamariya libe yindunduma yemvithi yasendle, libe yindawo yokutshala imivini. Ngithululele amatshe alo esigodini, ngivumbulule izisekelo zalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite