Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:47 - IsiZulu 2020

47 Sehlelwe wuvalo, sizungezwe yimigodi; ukubhujiswa nencithakalo kuphezu kwethu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Uvalo nomgodi kusehlele, ukubhujiswa nokuchithwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 Ukwesaba nogibe kuyasehlela, ukubhujiswa nokuchithwa.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:47
7 Referans Kwoze  

Lezi zinto ezimbili zikwehlele; ngubani onozwelo kuwe na? Lapho wehlelwa yincithakalo, nokubhujiswa, indlala nenkemba, ngubani oyakukududuza na?


ngokuba luyakufika njengogibe kubo bonke abantu abasebusweni bomhlaba wonke.


“Uthumele umlilo wakhe ekweliphezulu, wangena emathanjeni ami, wawehlula; unekele izinyawo zami inethi, wangiqumba phansi; ngalala amankeyane. Ungishiye ngiyincithakalo, ngiphelelwe ngamandla usuku lonke.


Imigwaqo yaseZiyoni iyalila, akusekho muntu osaya emikhosini emisiweyo; onke amasango akhona aseyincithakalo, abaphristi bakhona bayabubula, izintombi zakhona ziyahlupheka; nalo linomunyu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite