Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:28 - IsiZulu 2020

28 Makahlale yedwa, athule, ngokuba nguSimakade omethwese lona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Makahlale yedwa, athule, lapho emthwesa lona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Uhlezi yedwa athule, ngoba uzithwalile.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:28
7 Referans Kwoze  

Angihlalanga emhlanganweni wabahlekayo, futhi angizange ngithokoze; ngahlala ngedwa ngenxa yobunzima besandla sakho, ngokuba ungigcwalise ngentukuthelo.


Izimpunga zendodakazi iZiyoni zihleli phansi emhlabathini, zithule du; zizithele ngothuli emakhanda, zibhince namasaka. Izintombi zaseJerusalema zigebisele amakhanda emhlabathini.


Abehli ubuthongo, ngifana nenyoni ehleli yodwa ophahleni lwendlu.


Ngithule, angiwuvuli umlomo wami, ngokuba nguwe okwenzile lokho.


Kuhle ukuba umuntu athwale ijoka esemusha.


“Nanamuhla ukukhononda kwami kumunyu; isandla sami sinzima, nakuba ngibubula.


Susa inhlupheko ongehlisele yona, ngenxa yokucindezelwa yisandla sakho, ngiyaphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite