Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 2:21 - IsiZulu 2020

21 Ngamnika ithuba lokuba aphenduke, kodwa akavumi ukuphenduka ebufebeni bakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ngamnika isikhathi sokuba aphenduke, kepha kavumi ukuphenduka ekufebeni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Ngamnika isikhathi sokuthi aphenduke ebufebeni bakhe; futhi kaphendukanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngamnika isikhathi sokuthi aphenduke ebufebeni bakhe; futhi kaphendukanga.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 2:21
9 Referans Kwoze  

INkosi ayilibali ngesithembiso sayo, njengalokhu abanye becabanga ukuthi ilibele, kepha iyanibekezelela, ngoba ingafuni kubhubhe namunye, kodwa ukuba bonke bafinyelele empendukweni.


Kepha bahlambalaza uNkulunkulu wezulu ngenxa yobuhlungu nezilonda zabo, kodwa abaphendukanga emisebenzini yabo.


Abantu bashiswa ngukushisa okukhulu, kodwa balihlambalaza igama likaNkulunkulu onamandla phezu kwalezi zinhlupheko, futhi abaphendukanga ukuba bamnike udumo.


Bonani ukuthi ukubekezela kweNkosi kuyinsindiso, njengalokhu nomzalwane wethu othandekayo uPawula anilobela ngokuhlakanipha ayekuphiwe.


kulabo abangalalelanga lapho uNkulunkulu ebalindele ngokubekezela emihleni kaNowa, umkhumbi usakhiwa, okwasindiswa abayingcosana, abayisishiyagalombili ababekuwo, ngawo amanzi.


Uma uNkulunkulu ebethanda ukubonakalisa ulaka lwakhe nokuveza amandla akhe, ababekezelela labo ababemiselwe ulaka lwakhe, ukuba babhujiswe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite