Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 17:10 - IsiZulu 2020

10 Ayisihlanu kuwo asewile, enye isekhona, enye ayikafiki, nalapho isifikile kufanele ihlale isikhashana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; nanxa isifikile, kumelwe ukuba ihlale isikhashana.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Futhi angamakhosi ayisikhombisa: ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; njalo nxa isifikile, izahlala isikhashana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Futhi angamakhosi ayisikhombisa: ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; njalo nxa isifikile, izahlala isikhashana.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 17:10
6 Referans Kwoze  

Zase zithi kimi: “Kufanele ukuba uphrofethe futhi ngabantu abaningi, izizwe, izilimi, namakhosi.”


Isilo esasikhona, kodwa esingasekho, sona singesesishiyagalombili, sikuwo ayisikhombisa, futhi siya ekubhujisweni.


Kusukela ngalolo lusuku, iThire liyolibaleka iminyaka engama-70, isikhathi sokuphila kwenkosi eyodwa. Ekupheleni kweminyaka engama-70, eThire kuyokwenzeka njengokwezwi leculo lesifebe, elithi:


Elinye lamakhanda aso lalingathi lishayelwe ukufa, kodwa nokho inxeba lalo lase lipholile, umhlaba wonke wamangala, wase usilandela isilo.


Sasebenzisa lonke igunya lesilo sokuqala; saphoqelela umhlaba nabo bonke abakhileyo kuwo ukuba bakhonze isilo sokuqala, okwapholiswa inxeba laso.


Izimpondo ezilishumi ozibonileyo nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe zisibhubhise, zisihlubule sibe ze, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite