Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 14:16 - IsiZulu 2020

16 Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela emhlabeni; wawusuvunwa umhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ohlezi phezu kwefu wayeseliphonsa isikela emhlabeni; wawusuvunwa umhlaba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela lakhe emhlabeni; futhi umhlaba wavunwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela lakhe emhlabeni; futhi umhlaba wavunwa.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 14:16
7 Referans Kwoze  

Ingelosi yaliphonsa isikela layo emhlabeni, yawuvuna umvini womhlaba, yawuphonsa esikhamweni sewayini, solaka olukhulu lukaNkulunkulu.


Ngabona futhi: nanto ifu elimhlophe, phezu kwalo kuhleli ofana neNdodana yomuntu enomqhele wegolide ekhanda lakhe, ephethe isikela elibukhali esandleni sakhe.


Ngokuba iNdodana yomuntu iyakuza ngenkazimulo kaYise nezingelosi zayo; khona-ke iyakuvuza yilowo nalowo ngesenzo sakhe.


Enye ingelosi yaphuma ethempelini, imemeza ngezwi elikhulu, ithi kohleli phezu kwefu: “Sebenzisa isikela lakho, uvune, ngokuba isikhathi sokuvuna sesifikile, futhi isivuno somhlaba sesilungile.”


Enye ingelosi yaphuma futhi ethempelini elisezulwini, nayo iphethe isikela elibukhali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite