Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hoseya 10:15 - IsiZulu 2020

15 Kuyokwenziwa kanjalo nakuwe Bhethele, ngenxa yokonakala okukhulu; inkosi yakwa-Israyeli iyobhujiswa iphele nya entathakusa.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kanjalo iBethele liyakwenza kini ngenxa yobubi benu obukhulu; ekuseni inkosi yakwa-Israyeli iyakunqunywa nokunqunywa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Iyakwenze njalo kini iBethele ngenxa yobubi benu obukhulu; ekuseni inkosi yakwa-Israyeli iyakushaywa ngesiqalekiso.

Gade chapit la Kopi




Hoseya 10:15
8 Referans Kwoze  

Izakhamuzi zaseSamariya ziyakwesaba ngenxa yethole laseBhethi Aveni, ngokuba abantu bakhona nabaphristi balo bayakulililela, phela udumo lwalo selushabalele kulo.


ISamariya nenkosi yalo kuyomuka njengebazela lintanta emanzini.


Pho okuhle kwaba ngukufa kimi na? Phinde, akunjalo, kodwa isono, ukuze sibonakale ukuthi siyisono, sangibangela ukufa ngokusebenzisa okuhle, ukuba isono ngomyalo sibe sibi kakhulu.


Impela, manje bayakuthi: “Asinankosi, ngokuba asimesabanga uSimakade; pho inkosi ibizosenzelani na?”


Manje uthi: “Eminyakeni emithathu, njengeminyaka yomqashwa, udumo lukaMowabi luzobukelwa phansi, ngisho noma enesixuku esikhulu; insali iyokuba yingcosana, futhi ingabi namandla.”


Kuyakuqubuka ukuxokozela phakathi kwabantu bakho, zibe yincithakalo zonke izinqaba zakho, njengencithakalo eyenziwa uShalimani, eBhethi Aribheli ngosuku lwempi, kuphihlizwa unina nezingane.


“Lapho u-Israyeli esengumntwana ngamthanda; ngayibiza indodana yami ukuba iphume eGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite