Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hagayi 2:1 - IsiZulu 2020

1 Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lwama-21 enyangeni, kwafika izwi likaSimakade ngesandla sikaHagayi umphrofethi, lathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngenyanga yesikhombisa ngolwamashumi amabili nanye lwenyanga izwi likaJehova lafika ngesandla sikaHagayi umprofethi, lathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngenyanga yesikhombisa, ngosuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga, kwafika izwi likaJehova ngomprofethi uHagayi, lathi:

Gade chapit la Kopi




Hagayi 2:1
5 Referans Kwoze  

Izwi likaSimakade lafika okwesibili kuHagayi, ngosuku lwama-24 enyangeni, lathi:


Ngonyaka wesibili wokubusa kukaDariyu inkosi, ngenyanga yesithupha, ngosuku lokuqala enyangeni, kwafika izwi likaSimakade ngesandla sikaHagayi umphrofethi kuZerubhabhele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa indodana kaJehozadaki, umphristi omkhulu, lathi:


Ngokuba akukho siphrofetho noma nini esake seza ngentando yomuntu, kodwa abantu beqhutshwa nguMoya oNgcwele bakhuluma okukaNkulunkulu.


Ngosuku lwama-24 enyangeni yesishiyagalolunye, ngonyaka wesibili wokubusa kukaDariyu, kwafika izwi likaSimakade kuHagayi umphrofethi, lathi:


ngosuku lwama-24, ngenyanga yesithupha, ngonyaka wesibili wokubusa kwenkosi uDariyu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite