Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hagayi 1:10 - IsiZulu 2020

10 Ngalokho-ke kungenxa yenu isibhakabhaka sigodle amazolo, nomhlabathi ugodle isivuno sawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngalokho izulu livinjelwe kungabe kusabakho mazolo, nomhlaba uvinjelwe ungabe usaba nazithelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngalokho izulu ligodliwe amazolo phezu kwenu, nomhlabathi ekutheleni kwawo.

Gade chapit la Kopi




Hagayi 1:10
8 Referans Kwoze  

“Lapho izulu livaliwe, kungekho mvula, ngokuba bonile kuwe, kepha bese bekhuleka bekule ndawo, badumise iGama lakho, baphenduke esonweni sabo, abashaywe ngenxa yaso,


Ngiyakuqeda ukuqhosha ngamandla enu, ngenze izulu lenu libe njengensimbi, nomhlabathi wenu ube njengethusi.


U-Eliya, umThishibhi owayengomunye wababegogobele kwaGileyadi, wathi ku-Ahabi: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaNkulunkulu ka-Israyeli engimi phambi kwakhe, akuyukuba khona mazolo namvula kule minyaka, kuze kusho mina.”


“Ngakho-ke ngiyakubuya ngithathe okwami okusanhlamvu ngesikhathi sakho newayini lami elisha ngesikhathi salo, ngithathe uboya bami bezimvu nefilakisi lami lokwemboza ubunqunu bakhe.


Nitshale okuningi, kodwa navuna okuncane; niyadla kepha anisuthi; niyaphuza, kodwa ananeliswa; niyembatha, kepha anifudumali, othola umholo uwufaka esikhwamemi esibhobokile.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite