Esteri 9:26 - IsiZulu 202026 Yingakho lezo zinsuku zabizwa ngokuthi “yiPhurimi” kususelwa egameni elithi: “iPhure.” Ngenxa yezincwadi zikaMoridekhayi nangenxa yakho konke okwabehlela, Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE26 Ngalokho babiza lezo zinsuku ngokuthi iPhurimi ngegama lePhure. Ngalokho ngenxa yawo onke amazwi aleyo ncwadi, nangenxa yalokho abebekubonile ngale ndaba, nalokho okubehleleyo, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202426 Kungakho namuhla baqamba igama elithi iPhurimi ngegama lePhure. Ngakho, ngenxa yawo wonke amazwi ale ncwadi, nalokho abakubonayo, abafika kubo ngale ndaba, Gade chapit la |
Ngenyanga yokuqala, inyanga uNisani, ngonyaka we-12 wokubusa kuka-Ahasheveroshi, benza iPhure (unkatho) phambi kukaHamani, imihla ngemihla, nyanga zonke, ukuze abone ukuthi isu lakhe liyolunga, liphumelele ngayiphi inyanga nangaluphi usuku. Waqoka ukuba lokho kwenziwe ngenyanga ye-12, inyanga u-Adari.