Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 9:24 - IsiZulu 2020

24 UHamani, indodana kaHamedatha, umAgagi oyisitha sabo bonke abaJuda, wenza unkatho okuthiwa “yiPhure” ehlose ngalo ukubenza okubi, nokubabhubhisa,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 ngokuba uHamani indodana kaHamedatha umAgagi, isitha sabo bonke abaJuda, wayecebile ngabaJuda ukuba abachithe, waphonsa iPhure eliyinkatho ukuba abanqobe, abachithe;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngoba uHamani indodana kaHamedatha umAgagi, isitha sawo wonke amaJuda, wayecebe abaJuda ukuba ababhubhise, baphonse iPhure, okuyinkatho, ukubaqothula, ababhubhise;

Gade chapit la Kopi




Esteri 9:24
6 Referans Kwoze  

Nokho awazange athathe mpango.


Emveni kwalezo zinto, inkosi u-Ahasheveroshi yaqokela esikhundleni esiphezulu uHamani, indodana kaHamedatha, umAgagi, yamenza umengameli wazo zonke izikhulu ezikanye naye.


AbaJuda bakwemukela lokho abase bekuqalile nalokho uMoridekhayi ayebabhalele khona.


“Ngalolo lusuku,” kusho uSimakade Wamabandla. “Isikhonkwane esasibethelwe endaweni eqinileyo siyobhoncuka, sikhishwe, siyowa kuthi nomthwalo obukuso unqunywe,” kusho uSimakade.


Bathi enkosini: “Umuntu owasibulalayo, owenza icebo ngathi wayefuna siqothulwe phakathi kwemingcele yakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite