Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 8:4 - IsiZulu 2020

4 Inkosi yamkhomba ngentonga yayo yegolide u-Esteri, wayesesukuma ema phambi kwayo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Inkosi yamelulela u-Esteri intonga yegolide. Wayesesukuma u-Esteri, wema phambi kwenkosi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inkosi yelulela u-Esteri intonga yegolide. U-Esteri wayesesukuma wema phambi kwenkosi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 8:4
3 Referans Kwoze  

Ithe ukuba inkosi ibone indlovukazi u-Esteri imi egcekeni, yaba nomusa kuyo. Yayikhomba ngentonga yegolide eyayiyiphethe ngesandla. U-Esteri waya kuyo, wathinta isihloko sentonga yobukhosi.


“Zonke izikhulu zenkosi nalezo ezihlala ezifundazweni ziyazi ukuthi noma ngabe ngowesilisa noma ngowesifazane ongena egcekeni lenkosi elingaphakathi engabiziwe yiyo, ubhekana namthetho munye ofanayo wokuba abulawe, ngaphandle uma inkosi imkhombe ngentonga yayo yegolide, lowo angaphila. Kodwa mina ayingibizile inkosi kulezi zinsuku ezingama-30.”


U-Esteri waphinda wakhuluma nenkosi, wakhothamela ezinyaweni zayo, wakhala, wayincenga ukuba ibuguqule kubantu bakubo ububi uHamani, umAgagi, ayebucebe ngabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite