Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 8:11 - IsiZulu 2020

11 Kulezo zincwadi kwakubhalwe ukuthi abaJuda, emizini yonke babevunyelwe ukuba bahlangane, bazivikele, babulale, babhubhise amabutho esifundazwe abahlaselayo, izingane nabesifazane, baphange nezimpahla zabo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 inkosi eyavumela ngakho abaJuda ababesemizini ngemizi ukuba babuthane, bamele ukuphila kwabo, bachithe, babulale, babhubhise onke amabutho abantu nawesifunda abahlaselayo, izingane nabesifazane, impahla yabo ibe yimpango,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lapho inkosi yanika abaJuda ababekuyo yonke imizi ukuba babuthane, bamele ukuphila kwabo, ukuba bachithe, babulale, bachithe onke amandla abantu nezifunda ezaziyakubahlasela, abancane nabesifazane, ukuthatha impango yabo ibe yimpango,

Gade chapit la Kopi




Esteri 8:11
9 Referans Kwoze  

Lezo zincwadi zanikwa izigijimi, zathunyelwa kuzo zonke izifundazwe zenkosi. Umyalelo wawuthi kumele kubulawe bonke abaJuda, abancane nabadala, nezinsana nabesifazane, ngalusuku lunye okwakungolwe-13, ngenyanga ye-12, inyanga u-Adari, nempahla yabo ibe yimpango.


Abayukutheza zinkuni endle, abayukugawula emahlathini, ngokuba bayakuphemba umlilo ngezikhali, baphange ababaphangayo, baqhwage impahla yalabo ababaqhwagayo,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.


Ndodakazi yaseBhabhele, wena oyobhujiswa, ubusisiwe oyophindisela kuwe ngezenzo zakho owazenza kithina.


Kepha abalungileyo mabajabule, bethabe phambi kukaNkulunkulu, bathokoze nokuthokoza.


Ngiyithuma esizweni esingenabunkulunkulu, ngiyijube ukubhekana nabantu engibathukuthelele ukuba ibaphange impango, iqhwage impahla, ibaxove njengodaka emigwaqweni.


Kepha abaJuda ababehlala eShushani bahlangana ngomhla zili-13, nangomhla zili-14, baphumula mhla zili-15, lolo suku balwenza usuku lwedili nentokozo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite