Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 6:8 - IsiZulu 2020

8 makulethwe ingubo yenkosi ekade iyembethe, nehhashi ebiligibele lifakwe umqhele wobukhosi ekhanda lalo, kumele agqokiswe ingubo egqokwa yinkosi, agitsheliswe ihhashi eligitshelwa yinkosi, lifakwe umqhele wobukhosi ekhanda lalo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 makalethelwe isambatho sobukhosi ekade isembethe inkosi, kanye nehhashi inkosi ekade ikhwela kulo nelifakwe enhloko yalo umqhele wobukhosi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Makulethwe ingubo yobukhosi inkosi eyembathayo, nehhashi eligibele inkosi, nomqhele wobukhosi obekwe ekhanda layo.

Gade chapit la Kopi




Esteri 6:8
7 Referans Kwoze  

Inkosi yathi kubo: “Thathani izinceku zenkosi yenu nigibelise uSolomoni, indodana yami, umnyuzi wami, nimehlisele eGihoni.


“Kepha uyise wathi ezincekwini zakhe: ‘Sheshani nilethe ingubo yakwanokusho, niyembathise, niyifake indandatho esandleni sayo nezicathulo ezinyaweni,


Inkosi yamthanda kakhulu ukwedlula bonke abesifazane; wafumana umusa emehlweni ayo, yamphatha kahle ukuzedlula zonke izintombi. Yamethwesa umqhele wobukhosi yamenza indlovukazi esikhundleni sikaVashithi.


ukuba balethe indlovukazi uVashiti ifake umqhele wobundlovukazi. Indlovukazi yayingowesifazane omuhle, inkosi yayifuna ukubukisa ngobuhle bayo kubantu nasezikhulwini.


UJonathani wakhumula ingubo ayeyigqokile, wayinika uDavide, nezinye izembatho zakhe, inkemba yakhe, umnsalo wakhe nebhande lakhe.


Wayeseyiphendula inkosi, ethi: “Umuntu inkosi efuna ukumphakamisa,


Ngibone izigqila zigibele amahhashi, izikhulu zihamba ngezinyawo njengezigqila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite