Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 5:8 - IsiZulu 2020

8 uma ngingathola umusa kuwe nkosi, ungenzele engikucelayo nengikunxusayo, makuthi inkosi noHamani beze kusasa edilini engizobe ngibalungisele lona, ngizobe sengenza njengokusho kwenkosi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Uma ngifumene umusa emehlweni enkosi noma kukuhle enkosini ukunginika lokho engikucelayo nokwenza lokho engikufunayo, makuze inkosi noHamani edilini engiyakubalungisela lona; ngiyakwenza kusasa njengezwi lenkosi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Uma ngifumene umusa emehlweni enkosi, futhi uma kukuhle enkosini ukunginika umkhuleko wami nokugcwalisa isicelo sami, inkosi noHamani mabeze esidlweni engibalungisele sona, futhi kusasa ngizobalungiselela. Yenza njengokusho kwenkosi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 5:8
8 Referans Kwoze  

Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kodwa uSimakade uyaziqondisa izinyathelo.


Indlovukazi u-Esteri yaphendula, yathi: “Uma ngifumene umusa kuwe nkosi, futhi kukuhle kuwe, mangibuyiselwe ukuphila kwami nokwabantu bakithi, yileso isicelo sami, yilokho engikucelayo.


wathi: “Uma kukuhle enkosini, ngifumene umusa kuyo, futhi uma kulungile phambi kwayo, ngicela ibhale umyalelo wokuhoxisa icebo likaHamani, indodana kaHamedatha, umAgagi, owabhala izincwadi zokuthi kubhujiswe abaJuda abahlala kuzo zonke izifundazwe zenkosi.


U-Esteri wayesephendula wathi: “Nasi isicelo sami nengikunxusayo:


UHamani wathi: “Ngisho nendlovukazi u-Esteri ayimemanga muntu omunye edilini ngaphandle kwami nenkosi, nakusasa ngiyaphindela, mina nenkosi isimemile,


Indlovukazi uVashiti yabenzela idili abesifazane basesigodlweni senkosi u-Ahasheveroshi.


Inkosi noHamani baya edilini lendlovukazi u-Esteri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite