Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 5:12 - IsiZulu 2020

12 UHamani wathi: “Ngisho nendlovukazi u-Esteri ayimemanga muntu omunye edilini ngaphandle kwami nenkosi, nakusasa ngiyaphindela, mina nenkosi isimemile,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UHamani wathi futhi: “U-Esteri, inkosikazi, akangenisanga muntu kanye nenkosi edilini alilungisileyo ngaphandle kwami; nakusasa mina ngimenyiwe nguye kanye nenkosi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngaphezu kwalokho, uHamani wathi: “Yebo, indlovukazi u-Esteri ayizange ivumele muntu ukuba angene kanye nenkosi esidlweni eyayisilungisile, ngaphandle kwami; futhi kusasa nami ngizomenywa kuye kanye nenkosi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 5:12
10 Referans Kwoze  

Ungazigabisi ngekusasa, ngoba awazi ukuthi usuku lukuphatheleni.


Uma bethi: “Ukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyakubazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo; kabasoze baphunyuka.


uma ngingathola umusa kuwe nkosi, ungenzele engikucelayo nengikunxusayo, makuthi inkosi noHamani beze kusasa edilini engizobe ngibalungisele lona, ngizobe sengenza njengokusho kwenkosi.”


kodwa konke lokho akungenelisi uma nje ngisabona uMoridekhayi, umJuda, ehleli esangweni lesigodlo senkosi.”


akazi ukuthi kuzokwenzekani, ngokuba ngubani ongamtshela ukuthi izokwenzeka kanjani?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite