Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 5:10 - IsiZulu 2020

10 kodwa wazibamba, wahamba waqonda emzini wakhe, wathumela, waqoqa abangani bakhe nomkakhe uZereshi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha uHamani wazibamba, waya ekhaya; wayesethuma, walanda abangane bakhe noZereshi umkakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha uHamani wazibamba, wathi efika endlini yakhe, wabiza abangane bakhe noSereshi umkakhe.

Gade chapit la Kopi




Esteri 5:10
6 Referans Kwoze  

Waxoxela umkakhe nabo bonke abangani bakhe ngento eyayimehlele. Labo bangani bakhe abahlakaniphile nomkakhe, bathi kuye: “Njengoba uMoridekhayi engumJuda, ukuwa kwakho sekuqalile. Ngeke ukwazi ukumelana naye ubuso nobuso, impela uzokuqumba phansi.”


Ungasheshi ukuthukuthela, ngokuba intukuthelo ihlala ezifubeni zeziwula.


UJosefa wayengasakwazi ukuzibamba phambi kwabo bonke ababemi naye, wakhala, wathi: “Khiphani bonke abanye abalapha phambi kwami.” Kwakungasekho muntu ngesikhathi uJosefa eziveza kubafowabo.


waqhosha ngomcebo wakhe omkhulu, namadodana amaningi, nezikhundla zonke inkosi embeke kuzo, nokuthi imenze wamkhulu phezu kwezikhulu nabaholi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite