Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 4:9 - IsiZulu 2020

9 UHathakhi wahamba wayotshela u-Esteri lokho okwakushiwo nguMoridekhayi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wafika uHathaki, wamtshela u-Esteri amazwi kaMoridekayi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UHathagi wafika wamtshela u-Esteri amazwi kaMoridekayi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 4:9
4 Referans Kwoze  

U-Esteri wayesebiza uHathakhi, omunye wabathenwa basesigodlweni, inkosi eyayimqokele ukusebenzela indlovukazi, ukuba ayobuza kuMoridekhayi ukuthi kwenzenjani, nokuthi yini eyenza aziphathe ngalolo hlobo na?


UMoridekhayi wamnika ifuzela lesimemezelo esasibhalwe sakhishwa eShushani ukuba kubhujiswe abaJuda, ukuze alikhombise u-Esteri, bese emyala ukuthi aye enkosini ayonxusela abantu bakubo.


U-Esteri watshela uHathakhi umyalezo okwakufanele ukuba awuse kuMoridekhayi, othi:


Njengeqhwa ehlobo, nemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alusifanele isiwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite