Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 3:11 - IsiZulu 2020

11 Yathi kuHamani: “Isiliva ngelakho nabantu, yenza ngakho njengoba ubona kufanele.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Inkosi yathi kuHamani: “Isiliva liyanikwa wena, nesizwe futhi, ukuba wenze kuso okuhle emehlweni akho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Inkosi yathi kuHamani: “Isiliva linikiwe wena nabantu ukuba wenze kubo okuhle emehlweni akho.

Gade chapit la Kopi




Esteri 3:11
6 Referans Kwoze  

Wamkhulula lowo owayeboshwe ngenxa yokudala isiyaluyalu nokubulala, ababemcelile, kodwa uJesu wamnikela kubo njengokuthanda kwabo.


Bheka, manje ngiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle kuwe ukuba uye nami eBhabhele, woza, ngiyakukunakekela, kodwa uma ungafuni ukuya nami eBhabhele, hlala. Uyabona, lonke izwe liphambi kwakho; yana lapho ufisa ukuya khona.”


Kepha mina, bhekani, ngisesandleni senu; ukuba nenze kimi njengalokho enikubona kukuhle futhi kulungile emehlweni enu.


Amehlo abo aphinqekile ngukunona, imicabango yenhliziyo iyachichima.


Inkosi yase ikhipha indandatho yokusicilela emunweni wayo, yayinika uHamani, indodana kaHamedatha, umAgagi, isitha sabaJuda.


Kuthe ngosuku lwe-13 ngenyanga yokuqala, kwabizwa bonke onobhala benkosi. UHamani wabayala ukuba babhale konke ayebatshela khona, bakuhumushele kuzo zonke izilimi, ezincwadini eziya kuzo zonke izifundazwe, bese bekuthumelela iziphathimandla zenkosi, nababusi, nabaholi babantu, nakuzo zonke izifundazwe; kwabhalwa egameni lenkosi u-Ahasheveroshi, kwasicilelwa ngendandatho yayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite