Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 2:22 - IsiZulu 2020

22 Wayesesuka uMoridekhayi wayobikela indlovukazi u-Esteri, yona yabikela inkosi ngaleyo ndaba eyayiyitshelwe nguMoridekhayi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Leyo ndaba yaziwa nguMoridekayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayisho enkosini egameni likaMoridekayi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Le ndaba yaziwa nguMoridegayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayimemezela inkosi yayo egameni likaMoridekayi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 2:22
6 Referans Kwoze  

Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye.


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izehlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Ungayiqalekisi inkosi ngisho emcabangweni wakho; kumbe uqalekise ocebileyo, ulele ekamelweni lakho; ngokuba inyoni yezulu ingase ikuthwale okushilo, noma yini enamaphiko ingayikhuluma indaba.


UHaribhona omunye wabathenwa ababephambi kwenkosi, wathi: “Kunesigxobo sokuphanyeka eside uHamani asimisele ukuphanyeka kuso uMoridekhayi, indoda eyasindisa impilo yakho, nkosi; singamakhubhithi angama-50 ubude.” Inkosi yayaleza, yathi: “Mphanyekeni kuso!”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite