Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 2:2 - IsiZulu 2020

2 Izinsizwa ezazisiza inkosi zathi kuyo: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezinhle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Zase zithi izinceku zenkosi ezaziyikhonza: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezibukekayo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Izinceku zenkosi ezimkhonzayo zathi: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezinhle;

Gade chapit la Kopi




Esteri 2:2
6 Referans Kwoze  

Izinceku zathi kuyo: “Inkosi yami, inkosi, ayifunelwe intombi esencane inakekele inkosi, iyibheke, ilale esifubeni sayo, ukuze inkosi yami, inkosi, ifudumale.”


Besakhuluma naye uHamani, kwafika abathenwa benkosi, bephuthuma ukuzomlanda uHamani ukuze aye edilini u-Esteri ayelilungisile.


abaseduze nayo, uKarishena, uShetari, u-Adimatha, uTharishishi, uMeresi, uMarisena noMemukhani, okwakuyibona ababeyisiza, futhi beyizethenjwa zayo.


Ngosuku lwesikhombisa, inkosi seyeneme kakhulu ngenxa yewayini, yayala abathenwa ababengabasizi bayo, uMehumani, uBhizitha, uHaribhora, uBhigitha, u-Abigitha, uZethari noKarikhasi,


Ekufikeni kuka-Abhrama eGibhithe, amaGibhithe ambona owesifazane ukuthi muhle ngokwedlulele.


Inkosi iqoke izikhulu kuzo zonke izifundazwe embusweni wayo, ukuba ziqoqe zonke izintombi ezibukekayo, zilethwe esigodlweni kuHegayi, umthenwa, okunguyena owengamele indlu yabesifazane, azinike izimonyo zazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite