Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:9 - IsiZulu 2020

9 Indlovukazi uVashiti yabenzela idili abesifazane basesigodlweni senkosi u-Ahasheveroshi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Naye uVashiti, inkosikazi, wenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Indlovukazi uVashiti yenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:9
5 Referans Kwoze  

uma ngingathola umusa kuwe nkosi, ungenzele engikucelayo nengikunxusayo, makuthi inkosi noHamani beze kusasa edilini engizobe ngibalungisele lona, ngizobe sengenza njengokusho kwenkosi.”


U-Esteri wathi: “Uma kukuhle enkosini, mayize inkosi noHamani namuhla edilini engiyilungisele lona.”


Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.


Okuphuzwayo kwakhishwa ngokomthetho, akekho owayephoqwa; ngokuba inkosi yayiyale zonke izikhulu zayo zasesigodlweni ukuba zenzele wonke umuntu ngokufisa kwakhe.


Ngosuku lwesikhombisa, inkosi seyeneme kakhulu ngenxa yewayini, yayala abathenwa ababengabasizi bayo, uMehumani, uBhizitha, uHaribhora, uBhigitha, u-Abigitha, uZethari noKarikhasi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite