Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:14 - IsiZulu 2020

14 abaseduze nayo, uKarishena, uShetari, u-Adimatha, uTharishishi, uMeresi, uMarisena noMemukhani, okwakuyibona ababeyisiza, futhi beyizethenjwa zayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ababe seduze naye kwakungoKarishena, noShethari, no-Adimatha, noTharishishi, noMeresi, noMarisena, noMemukhani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya ezaziphambi kobuso benkosi, zihlala emqoka embusweni

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Eceleni kwakhe kwakukhona oKarsena, noSethari, no-Admatha, noTarsisi, noMeresi, noMarsena, noMemukani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya, ezabona ubuso benkosi, zaba ngabokuqala ukuhlala embusweni.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:14
6 Referans Kwoze  

yathumba emzini induna eyayibekwe ukwengamela amabutho, abantu abayisihlanu ababesondelene nenkosi abatholwa emzini, umbhali womkhuzi wempi eyayibala abantu ezweni, kwatholakala ezweni abantu abangama-60 ababehlala emzini.


Ngokuba uthunywa yinkosi nabeluleki bayo abayisikhombisa, ukuba niyobheka ukuthi kuhamba kanjani kwaJuda naseJerusalema ngokomthetho kaNkulunkulu wenu osesandleni sakho,


Qaphelani ukuba ningadeleli namunye kulaba abancinyane, ngokuba ngithi kini: izingelosi zabo ezulwini zibubona njalo ubuso bukaBaba osezulwini.


zibone ubuso bakhe, negama lakhe liyakuba semabunzini azo.


Yabuza yathi kubo: “Njengoba ngithumele abathenwa ukuba bayolanda indlovukazi uVashiti, kodwa ayiwugqizanga qakala umyalelo wami, ngabe uthini umthetho maqondana nalolo daba na?”


Emzini yathumba induna eyayengamele amabutho, nabantu abayisikhombisa ababeluleka inkosi abatholakala emzini, umbhali wenduna yamabutho eyayibala abantu ezweni, nabantu ababesezweni abangama-60 abatholakala emzini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite