Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 1:7 - IsiZulu 2020

7 Ngakho-ke lowo muntu makangasho ukuthi uyakwemukeliswa utho yiNkosi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngakho makangasho lowo muntu ukuthi uyakwamukeliswa utho yiNkosi,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngokuba lowo muntu makangacabangi ukuthi uyakwamukeliswa utho eNkosini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba lowo muntu makangacabangi ukuthi uyakwamukeliswa utho eNkosini.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 1:7
7 Referans Kwoze  

Niyacela, kodwa anamukeliswa, ngokuba nicela kabi, ukuze nikusaphaze ezinkanukweni zenu.


Uma niphakamisa izandla zenu, ngiyowafihla amehlo ami; ngisho ningenza imithandazo eminingi, angiyukuyilalela; izandla zenu zigcwele igazi.


Umhlatshelo wezikhohlakali uyisinengiso; kakhulu kangakanani-ke uma ulethwa ngenhloso embi.


Umhlatshelo wezikhohlakali uyisinengiso kuSimakade, kodwa umkhuleko wabaqotho uyintokozo kuye.


Kepha makacele ngokukholwa, engangabazi nakancane, ngokuba ongabazayo ufana nedlambi lolwandle elidudulwa ngumoya, ulise le nale.


ngokuba ungumuntu ongqondo imbaxambili, engazinzile ezindleleni zakhe zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite