Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 98:7 - IsiZulu 2020

7 Ulwandle maludume nakho konke okukulo, nezwe nabakhileyo kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Maludume ulwandle nokugcwala kwalo, izwe nabakhileyo kulo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo; umhlaba nabahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 98:7
4 Referans Kwoze  

Jabulani mazulu, uthokoze nawe mhlaba, qhumukani zintaba, nihube, ngokuba uSimakade ubaduduzile abantu bakhe, unozwelo kwabahluphekileyo bakhe.


Malijabule izulu, umhlaba uthokoze, maluhlokome ulwandle, nakho konke okukulo.


Umhlaba ungokaSimakade nakho konke okukuwo, izwe nabakhileyo kulo,


Njengokuba umhlaba uveza ihlumela lawo, nanjengokuba insimu ihlumisa okutshalwe kuyo, kanjalo iNkosi uSimakade iyokuveza ukulunga nodumo phambi kwezizwe zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite