Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 94:22 - IsiZulu 2020

22 Kepha uSimakade waba yinqaba yami, uNkulunkulu wami waba yidwala engiphephela kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kepha uJehova waba yinqaba yami, uNkulunkulu wami waba yiwa engiphephela kulo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kodwa uJehova uyisiphephelo sami; uNkulunkulu wami uyidwala lesiphephelo sami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 94:22
10 Referans Kwoze  

Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


Ngenxa yamandla akho, ngizokulindela, ngokuba uNkulunkulu uyinqaba yami.


NguYena kuphela oyidwala lami, nensindiso yami, nenqaba yami; angiyukunyakaziswa.


yena uyohlala endaweni ephakemeyo, imigede emaweni iyoba yizinqaba zakhe, uyophiwa isinkwa, ahlale njalo ethola amanzi.


NguYena kuphela oyidwala lami nensindiso yami; inqaba yami, angisoze nganyakaziswa.


USimakade uyinqaba kocindezelweyo, uyinqaba ngesikhathi sokuhlupheka.


Othethisa abezizwe, Yena ofundisa abantu ukwazi, kanakujezisa na?


Bantu, yethembelani kuye ngezikhathi zonke, inhliziyo yenu niyithululele phambi kwakhe, uNkulunkulu uyisiphephelo sethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite