Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 94:18 - IsiZulu 2020

18 Lapho ngithi unyawo lwami lushibilikile, umusa wakho, Simakade, wangiphasa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Lapho ngithe unyawo lwami luyashelela, umusa wakho, Jehova, wangiphasa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Lapho ngithi: Unyawo lwami luyashelela; Umusa wakho, Jehova, ungiphasile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 94:18
11 Referans Kwoze  

Akayukuluvumela unyawo lwakho lushibilike; okulondayo akozeli.


Ungesabi, ngokuba Mina nginawe; ungabi naluvalo, ngokuba Mina nginguNkulunkulu wakho; ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza, yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


Ngokuba ngathi: “Labo abazikhukhumeza ngami, mabangajabuli ngami, lapho unyawo lwami lushelela.”


Kepha Mina ngikunxusele ukuba ukukholwa kwakho kungapheli. Wena-ke, uma usuphendukile, uqinise abafowenu.”


Izinyathelo zami zisemkhondweni wakho, izinyawo zami azizange zishelele.


“Uyakugcina izinyawo zabathembekileyo bakhe, kodwa izikhohlakali ziyakubhujiswa ebumnyameni, ngokuba akukho muntu oyakuphumelela ngamandla akhe odwa.


Kepha mina izinyawo zami zicishe zakhubeka, kwasala kancane ukuba izinyathelo zami zishibilike.


Nina nilondolozwa ngamandla kaNkulunkulu ngokukholwa, kube yinsindiso eyakwambulwa ngesikhathi sokugcina;


“Kungani lawa mafutha engathengiswanga ngawodenariyu abangama-300, kwabelwe abampofu na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite