Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 92:11 - IsiZulu 2020

11 Iso lami liyakuzibona ngokujabula izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ngokuthokoza ngabenzi bokubi abangivukelayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Iso lami liyakubona ngokujabula izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ngokuthokoza ngababi abangivukelayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Iso lami liyobona ukunxanela izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ukunxanela ababi abangivukelayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 92:11
7 Referans Kwoze  

Uyobona ngamehlo akho, ubone izikhohlakali zijeziswa.


Igama lakho lingikhulule kuzo zonke izinkathazo, iso lami lizibonile izitha zami zinqotshwa.


Inhliziyo yakhe yesekelwe, akesabi, aze abone izitha zakhe zinqotshwa.


UNkulunkulu wami uzongihlangabeza ngomusa wakhe; uNkulunkulu uzongibonisa izitha zami zinqotshwa.


Lindela uSimakade, ugcine indlela yakhe, Yena uzokuphakamisa udle ifa lomhlaba, uyobona lapho sebebhujiswa ababi.


Udeka itafula phambi kwami, kubuka izitha zami. Ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.


Ubapha ngesihle abantulayo, ukulunga kwakhe kumi kuze kube phakade, amandla akhe ayophakama ngodumo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite