Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 91:7 - IsiZulu 2020

7 Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nabayizinkulungwane ezilishumi ngakwesokunene sakho, kodwa akuyukukuthinta wena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nabayizinkulungwane eziyishumi ngakwesokunene sakho, kepha akuyikufinyelela kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nezinkulungwane eziyishumi ngakwesokunene sakho; kodwa ngeke lisondele kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 91:7
6 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wakushaya wakuqothula konke okuphilayo ezweni: abantu nezilwane, nezilwane ezihuquzelayo nezinyoni zezulu, wakushaya wakuqothula emhlabeni. Kwasala kuphela uNowa nalabo ayenabo emkhunjini.


Makuthi bonke abethembekileyo bakhuleke kuwe ngesikhathi senhlupheko; impela isikhukhula esinamandla asiyukufinyelela kubo.


“Manje, uSimakade ungivumele ngaphila njengalokhu ayeshilo, yonke le minyaka engama-45 kusukela ngesikhathi uSimakade akhuluma ngaso leli lizwi kuMose, ngesikhathi u-Israyeli esehamba edabula ehlane; manje ngisekhona nanamuhla, sengineminyaka engama-85.


Impela ngiyakukukhulula, awuyukuwa ngenkemba, kodwa ukuphila kwakho kuyofana nempango kuwe, ngokuba ungethembile, kusho uSimakade.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite