Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 90:14 - IsiZulu 2020

14 Sisuthise ngomusa wakho ekuseni, ukuze sithokoze, sijabule izinsuku zethu zonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Sisuthise ngomusa wakho, kuse sekuseni, ukuze sithokoze, sijabule izinsuku zethu zonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Usisuthise ekuseni ngomusa wakho; ukuze sithokoze, sithokoze zonke izinsuku zethu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 90:14
13 Referans Kwoze  

Impela okuhle nomusa kuyohlala kungilandela imihla yonke yokuphila kwami. Ngiyohlala endlini kaSimakade kuze kube phakade.


Thokozisa umphefumulo wenceku yakho, ngokuba kuWena, Nkosi, ngiyawuphakamisela umphefumulo wami.


Awuzukusivusa yini, sibuye siphile, ukuze abantu bakho bathokoze ngawe na?


Ngizokwethaba ngijabule ngomusa wakho, ngokuba ukubonile ukuhlupheka kwami, wazinaka izinsizi zomphefumulo wami;


Thokozani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: thokozani!


U-Israyeli makathokoze ngoMenzi wakhe, abantwana baseZiyoni bethabele iNkosi yabo.


Ubusisiwe okhethwe nguwe, wamsondeza ukuba ahlale emagcekeni akho. Siyosuthiswa ngokuhle okuvela endlini yakho, ithempeli lakho elingcwele.


Laze labusiseka bo! Yeka ubuhle balo! Okusanhlamvu newayini kuyokwenza izinsizwa nezintombi babe yimiqemane.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Izwi liyezwakala eRama, ukulila nokukhala okumunyu, uRaheli ekhalela abantwana bakhe; uyala ukududuzwa ngabantwana bakhe, ngokuba abasekho.”


Mangizwe ububele bakho ekuseni, ngokuba ngethembela kuwe; ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo, ngokuba umphefumulo wami ngiwuphakamisela kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite