Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 9:8 - IsiZulu 2020

8 Uyakuwehlulela umhlaba ngokulunga, ehlulele izizwe ngobuqotho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 umhlaba uyakuwahlulela ngokulunga, athethe amacala ezizwe ngobuqotho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Uyakwahlulela izwe ngokulunga, ahlulele abantu ngokulunga.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 9:8
15 Referans Kwoze  

phambi kukaSimakade, ngokuba uyeza, impela uyeza ukuzokwehlulela umhlaba. Uzowehlulela ngobuqotho umhlaba, nezizwe ngokwethembeka kwakhe.


phambi kukaSimakade, ngokuba uyeza, uzokwehlulela umhlaba. Uzolehlulela ngokulunga izwe, nezizwe ngobuqotho.


ngosuku lapho uNkulunkulu eyakwehlulela izimfihlo zabantu ngokwevangeli lami ngoKhristu uJesu.


ngokuba umisile usuku azakwehlulela ngalo izwe ngokulunga, ngomuntu ammisele khona, lapho enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo.”


Impela mazingafi ngamvunye, abalungileyo nababi. Makube kude nawe ukwenza into efana naleyo. UMehluleli womhlaba wonke angakwenza kanjani okungalungile na?”


Nkosi enamandla, mthandi wokulungileyo, uqinise ubuqotho, waphakamisa ubulungiswa nokulunga kwaJakobe.


Ngokuba ukulunga kuyakubuyela ekwehluleleni, bonke abaqotho ngenhliziyo bakulandele.


Amazulu amemezela ngokulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumehluleli. Sela


USimakade uyakubusa phakade naphakade.”


USimakade uyobusa ingunaphakade, abezizwe babhujiswe ezweni lakho.


USimakade uhleli phezu kwezikhukhula, uSimakade uyiNkosi, ubusa kuze kube phakade.


Kepha uSimakade unguNkulunkulu weqiniso, uNkulunkulu ophilayo neNkosi yaphakade; ngentukuthelo yakhe, umhlaba uyazamazama; izizwe azinakumelana nolaka lwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite