Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:33 - IsiZulu 2020

33 Kepha umusa wami angiyukuwususa kuye, ngingaphikisi ukuthembeka kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Kepha umusa wami angiyikuwususa kuye, ngingaphikisi ukuthembeka kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kodwa ngeke ngiwususe ngokupheleleyo umusa wami kuye futhi ngeke ngivumele ukwethembeka kwami kuphele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:33
13 Referans Kwoze  

Kepha umusa wami awuyukusuka kuye, njengoba ngawususa kuSawule engamsusa ngaphambi kwakho.


ukuze ngezinto ezimbili ezingenakuguquleka, okungelula ukuba uNkulunkulu angaqamba amanga ngazo: thina esigijimile ukuyobamba ithemba esilimiselweyo, sifumane ukugqugquzeleka okukhulu.


Ngaphezu kwalokho oyiNkazimulo ka-Israyeli akawaqambi amanga, ngokuba akasiye umuntu ukuba azisole.”


Indodana yakhe ngiyakuyinika isizwe sibe sinye vo ukuze uDavide, inceku yami, abe nesibani izinsuku zonke phambi kwami eJerusalema, umuzi engiwukhethe ukuba ngibeke iGama lami kuwo.


Yena uyokuba nesizwe esisodwa ngenxa yenceku yami, uDavide, nangenxa yeJerusalema, umuzi engiwukhethe kuzona zonke izizwe zakwa-Israyeli,


Nokho angiyukuwuhlwitha wonke umbuso kuyo, kodwa ngiyoyinika indodana yakho isizwe sibe sinye ngenxa kaDavide, inceku yami, nangenxa yeJerusalema engilikhethileyo.”


Nguye oyakukwakhela iGama lami indlu; ngiyakusiqinisa isihlalo sombuso wakhe kuze kube phakade.


Ngokuba Yena umelwe ukuba abuse, aze azibeke phansi kwezinyawo zakhe zonke izitha zakhe.


Usichithile isivumelwano senceku yakho, wawungcolisa othulini umqhele wayo.


Mina ngiyakuba nguyise, yena abe yindodana yami; okuyakuthi uma enza isono, ngimjezise ngenduku yabantu nangemivimbo yabantwana babantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite