Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:32 - IsiZulu 2020

32 ngiyakujezisa iziphambeko zabo ngenduku, namacala abo ngemivimbo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 ngiyakuhambela izono zabo ngenduku, namacala abo ngemivimbo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Khona-ke ngiyojezisa iziphambeko zabo ngenduku nangobubi babo ngemivimbo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:32
13 Referans Kwoze  

Mina ngiyakuba nguyise, yena abe yindodana yami; okuyakuthi uma enza isono, ngimjezise ngenduku yabantu nangemivimbo yabantwana babantu.


“Ngaze nina kuphela emindenini yonke yomhlaba; ngakho-ke ngiyakunijezisa ngenxa yabo bonke ububi benu.”


Ngenxa yalokho, ngiyakuthobisa uzalo lukaDavide, kodwa akuyukuba njalonjalo.’ ”


USimakade wavusa ozomelana noSolomoni, uHadadi wakwa-Edomi; owayengowendlu yenkosi yakwa-Edomi.


Makayisuse induku yakhe kimi, nengebhe yakhe ingangesabisi,


Wathi kuJerobhowamu: “Zithathele imidweshu ibe lishumi, ngokuba usho kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Bheka, ngizowuhlwitha umbuso esandleni sikaSolomoni, nginike wena izizwana ezilishumi.


USolomoni wenza okubi phambi kukaSimakade; akamlandelanga uSimakade ngokupheleleyo njengoyise uDavide.


Hamba manje, uhole abantu ubayise endaweni engakhuluma ngayo kuwe. Uyabona-ke, ingelosi yami izohamba phambi kwakho, kodwa lapho lufika usuku lokubajezisa, ngiyobajezisa ngenxa yesono sabo.”


“Kepha uma nina nabantwana benu ningihlamuka, ningayigcini imiyalo yami nezimiso zami engikumise phambi kwenu, nisuke nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo,


Senze ububi kuwe, asaze sayigcina imithetho, izimiso, nemiyalo owakunika uMose, inceku yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite