Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:28 - IsiZulu 2020

28 Umusa wami ngiyomgcinela wona kuze kube phakade; isivumelwano sami siyohlala siqinile kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ngiyakumgcinela umusa wami kuze kube phakade; isivumelwano sami soba siqinile kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngizamgcinela umusa wami kuze kube nininini, lesivumelwano sami sizahlala kuye.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:28
9 Referans Kwoze  

Bekani izindlebe, nizwe, nize kimi, uyophila umphefumulo wenu; ngiyokwenza nani isivumelwano esiphakade, izenzo zomusa oqinisekileyo zikaDavide.


Yebo, izintaba zingasuswa, namagquma azanyazanyiswe, kodwa umusa wami awuyukusuka kuwe, nesivumelwano sami sokuthula asiyukususwa,” kusho uSimakade okuhawukelayo.


Wathumela ukuhlengwa kubantu bakhe, wamisa isivumelwano sakhe kuze kube phakade. IGama lakhe lingcwele, futhi liyesabeka.


Abamesabayo ubapha ukudla, isivumelwano sakhe usikhumbula njalo.


“Indlu yami ayinjalo yini kuNkulunkulu na? Ngokuba wenze nami isivumelwano saphakade; zonke izinto wazihlela, wazivikela. Yonke insindiso yami nokwenama kwami, uyakukuhlumisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite