Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:23 - IsiZulu 2020

23 Izitha zakhe ngiyozichoboza ebuka, ngibhubhise abamzondayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngiyakuchoboza izitha zakhe ebusweni bakhe, ngihluphe abamzondayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Futhi ngiyozinqoba izitha zakhe phambi kobuso bakhe futhi ngihluphe labo abamzondayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:23
12 Referans Kwoze  

Nganginawe nomaphi lapho wawuya khona, ngazibhubhisa zonke izitha zakho phambi kwakho, ngakwenzela igama elidumileyo njengegama labantu ababalulekile emhlabeni.


Ozonda Mina, uzonda noBaba.


Izitha zalo ngiyozithela ngehlazo, kepha kuye, umqhele wakhe uyokhazimula.”


Unikele ngezitha zami kimi, nabangizondayo ngabaqothula.


Kwathi lapho inkosi isihleli esigodlweni sayo, uSimakade eseyiphumuzile kuzo zonke izitha zayo ezaziyizungezile,


Kwaba khona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaDavide nendlu kaSawule. UDavide wadlondlobala ngamandla, kodwa indlu kaSawule yaya ngokuya iba ntekenteke.


Kepha lezo zitha zami ezazingathandi ukuba ngizibuse, ziletheni lapha, nizibulale ngizibonela ngawami.”


“Kepha abantu bezwe lakhe babemzonda, ngakho-ke bathumela amanxusa, amlandela, ukuba afike lapho, athi: ‘Asithandi ukuba lo abuse phezu kwethu.’


Bangizungeza ngamazwi enzondo, balwa nami kungekho sizathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite