Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 88:15 - IsiZulu 2020

15 Kusukela ebusheni bami ngihluphekile, ngaba ngofayo, ngathwala ukwesabeka kwakho, ngaphela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngihluphekile, ngingofayo kusukela ebusheni bami; ngithwele ukwesabeka kwakho, ngiphelile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngilusizi futhi ngilungele ukufa kwasebusheni bami; lapho ngibekezelela ukwesabeka kwakho, ngiyaphazamiseka.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 88:15
13 Referans Kwoze  

Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi, ubuthi bayo buphuzwa ngumoya wami, ukwesabisa kukaNkulunkulu kunami shaqa.


Esosizini olunzima, wakhuleka eqinisela, izithukuthuku zakhe zaze zaba njengamathonsi egazi econsela emhlabathini.


Nokho uSimakade wathanda ukuyishaya ngezifo. Wenza umphefumulo wayo waba ngumnikelo wecala. Iyakusibona isizukulwane sayo, yenze izinsuku zayo zibe ziningi, nentando kaSimakade iyakuphumelela esandleni sayo.


ngokuba ngahlushwa usuku lonke, kwasa ngijeziswa.


“Vuka nkemba, umelane nomelusi wami, umelane nomuntu ongumgani wami. Shaya umelusi, ukuze kuhlakazeke izimvu, ngiyakuphendulela isandla sami kumawundlu,” kusho uSimakade Wamabandla.


Yayidelelekile, yashiywa ngabantu, umuntu wobuhlungu okujwayele ukugula; yayeyiswa, injengofihlelwa ubuso ngabantu, asiyishayanga nto yalutho.


“Umoya wami wephukile, imihla yami iyaphela, sengibhekene negodi.


“Ngikhala kuwe, kodwa awungiphenduli, ngimi lapha, kepha awunginaki.


Ngokuba Wena Nkulunkulu uyisiphephelo sami, ungilahleleni na? Kungani ngihamba ngilila ngenxa yokucindezelwa yisitha na?


Ngokuba sibishe othulini; imizimba yethu inamathele emhlabathini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite