Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 88:12 - IsiZulu 2020

12 Ziyaziwa yini izimangaliso zakho ebumnyameni, nokulunga kwakho ezweni lokukhohlwa na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Izimangaliso zakho ziyaziwa yini ebumnyameni, nokulunga kwakho ezweni lokukhohlwa na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Izimangaliso zakho ziyakwaziwa ebumnyameni na? nokulunga kwakho ezweni lokukhohlwa na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 88:12
10 Referans Kwoze  

Abaphilayo bayazi ukuthi bazokufa, kodwa abafileyo abasazi lutho, futhi abasenamvuzo; abasakhunjulwa nakukhunjulwa.


Bakhefuza amahlazo abo njengamaza adlangalalayo, bayantunta njengezinkanyezi ezigcinelwe ubumnyama baphakade.


Kepha abantwana bombuso bayakukhishelwa ngaphandle ebumnyameni obungayiwa; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.”


Bayobheka nasemhlabeni; babone kuphela inhlupheko, ubumnyama, nokuphelelwa yithemba, bayakuxoshelwa esigayegayeni.


Ngabona ababi bengcwatshwa, ababevame ukungena bephuma endaweni engcwele, belibaleka emzini lapho babenza khona lezo zinto; nalokho kuyize.


Ngokuba akukho ukukhunjulwa kohlakaniphileyo nesiwula, ngoba ngokuhamba kwezinsuku, bobabili bayalibaleka. Kungenzeka kanjani ukuthi ohlakaniphile afe njengesiwula na?


Isitha sizingela umphefumulo wami, impilo yami siyigandaya emhlabathini, singenze ngahlala ebumnyameni njengalabo abafa kudala.


Ukhukho lwami luphakathi kwabafileyo, nginjengababuleweyo, abalele ethuneni, ongasabakhumbuli, asebesusiwe esandleni sakho.


Sebengikhohliwe ezinhliziyweni zabo, senginjengomuntu ofileyo, nesitsha esephukileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite