Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 88:10 - IsiZulu 2020

10 Uyakubenzela yini abafileyo isimangaliso na? Izithunzi ziyovuka yini zikubonge na? Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Abafileyo uyakubenzela isimangaliso na? Ziyakuvuka yini izithunzi, zikubonge, na? Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uyafuna ukwenza izimangaliso kwabafileyo na? abafileyo bayakuvuka, bakudumise na? Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 88:10
13 Referans Kwoze  

Akukho ukukhumbula Wena kwelabafileyo; ngubani oyakukubonga endaweni yabafileyo na?


Abafileyo bakho bayophila, izidumbu zabo zivuke. Vukani, nihlokome ngenjabulo nina enihlala othulini, ngokuba amazolo akho ayoba njengokukhanya kwasekuseni, nomhlaba uyokhipha abafileyo.


“Kunanzuzoni ukufa kwami, lapho ngishona phansi egodini na? Ngabe uthuli luzokudumisa yini na? Ngabe luzokhuluma ngokwethembeka kwakho na?


Angizukufa; ngizophila, ngishumayele ngemisebenzi kaSimakade.


Abafileyo abamdumisi uSimakade, namunye wabo asebehlele endaweni yabafileyo.


Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe usuku lonke.


Izandla zami ngizelulela kuwe, umphefumulo wami womela Wena njengomhlaba owomileyo. Sela


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite