Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 85:13 - IsiZulu 2020

13 Ukulunga kuyohamba phambi kwakhe, kuhlelembele izinyawo zakhe indlela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ukulunga kuyakuhamba phambi kwakhe, kwenzele izinyawo zakhe indlela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ukulunga kuyakuphumela phambi kwakhe; futhi uyosibeka endleleni yezinyathelo zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 85:13
18 Referans Kwoze  

Ukulunga nobulungiswa kuyisisekelo sesihlalo sakho sobukhosi, umusa nokwethembeka kuhamba phambi kwakho.


“Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani-ke thandanani.


Lowo othi uhlala kuye, kufanele ahambe njengalokhu ahamba Yena.


Njengalokhu uKhristu ahlupheka emzimbeni, hlomani nani ngokuqonda okunjalo, ngokuba ohlupheke emzimbeni uyayeka ukona,


Ngiyaphila, kodwa akuseyimi ophilayo, kepha uKhristu ophila kimi, ngakho-ke ukuphila engikuphilayo manje enyameni, ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithanda, yazinikela ngenxa yami.


Kepha thina sonke ubuso bethu obambuliwe esibuka inkazimulo yeNkosi ngokungathi esibukweni siyaguqulwa, sibe njengalowo mfanekiso, kusuka kuleli zinga lenkazimulo kuya kwelinye, lokhu kuvela eNkosini enguMoya.


Khona ukukhanya kwakho kuyovela njengokusa, nokuphiliswa kwakho kuyovela masinyane, ukulunga kwakho kuyokukwendulela, inkazimulo kaSimakade ibe ngasemuva kwakho.


Ngihambise endleleni yemiyalo yakho, ngokuba ngiyathokoza ngayo.


ngiyakuninika imvula ngesikhathi sayo, izwe likhiqize ukudla, imithi yasendle ithele izithelo zayo.


Ngiyakwenelisa umphefumulo wabaphristi ngamanoni, abantu bami basuthe ngokuhle okuvela kimi,” kusho uSimakade.


Ngiyakuzandisa izithelo ezihlahleni zenu nesivuno emasimini, ukuze ningathelwa ngehlazo ezizweni ngenxa yendlala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite