Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 83:7 - IsiZulu 2020

7 noGebhali, u-Amoni, u-Amaleki, iFilistiya nabakhile eThire.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 noGebali, no-Amoni, no-Amaleki, neFilistiya nabakhile eTire.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 noGebali, no-Amoni, no-Amaleki; amaFilisti kanye nabakhileyo eTire;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 83:7
7 Referans Kwoze  

nezwe lamaGebhali nalo lonke iLebhanoni kuya empumalanga, kusuka eBhali Gadi phansi kwentaba iHermoni kuya eLebo Hamathi,


Amalunga aseGebhali nezihlakaniphi zakhona babekuvala izimfa. Yonke imikhumbi yasolwandle namatilosi ayo babe kuwe ukuba bahwebe ngempahla yakho.


uthi kulo iThire elingasekungeneni kolwandle, elihwebelana nezizwe eziqhingini eziningi, isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “ ‘Thire, wena uthi: “ ‘Ngimuhle ngiphelele.’


Usho kanje uSimakade uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zabaseThire, impela, ngenxa yezine, angiyukuguquka, ngokuba bathumba abantu ngothi lwabo babakhaphela ku-Edomi, bangasikhumbula isivumelwano sabafowabo.


Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Ngiyakuwajezisa ama-Amaleki ngalokho akwenza ku-Israyeli, amelana naye ngesikhathi esendleleni ephuma eGibhithe.


Izwi likaSamuweli lafika kuwo wonke u-Israyeli. U-Israyeli waphuma wayolwa namaFilisti, wakanisa ngase-Ebheni Ezeri; amaFilisti akanisa e-Afeki.


Emihleni kaSawule bahlasela amaHagiri, bawanqoba, base behlala emathendeni awo ngasempumalanga yalo lonke elakwaGileyadi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite