Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 83:2 - IsiZulu 2020

2 Ngokuba bheka, izitha zakho ziyaxokozela, nabakuzondayo bayakuvukela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba bheka, izitha zakho ziyaxokozela, nabakuzondayo baphakamisa ikhanda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba bheka, izitha zakho ziyaxokozela, nabakuzondayo baphakamise amakhanda abo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 83:2
22 Referans Kwoze  

Abazonda uSimakade bayakuzithoba kuye, ukubhujiswa kwabo kube phakade.


Kuthe uPilatu esebona ukuthi akukho angakwenza, futhi sekuqala isiyaluyalu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwesixuku, wathi: “Anginacala egazini lalo muntu; ziboneleni nina.”


Bayokulwa nawe, kodwa abasoze bakwehlula, ngokuba nginawe,” kusho uSimakade, “ukuba ngikophule.”


Maye, ukuhlokoma kwezizwe eziningi, zihlokoma njengokuduma kolwandle; nomsindo wokuxokozela kwabezizwe, unjengokuhlokoma kwamanzi amaningi.


AbakwaMidiyani bathotshiswa phansi kwabakwa-Israyeli, abaphindanga babavukela. Izwe laba nokuthula iminyaka engama-40 ngezinsuku zikaGideyoni.


Kuthe sekusuke esinamathambo, induna yenkulungwane yesaba ukuthi uPawula bangahle bamenzakalise, yayisiyala amabutho ukuba ehle, amsuse phakathi kwabo, amyise enkanjini.


Bamlalela kwaze kwaba kuleli lizwi, base bekhamuluka bethi: “Msuseni onje emhlabeni, ngokuba akafanele ukuba aphile.”


Umuzi wonke wanyakaziswa, abantu babuthanela ndawonye, bambamba uPawula, bamhudulela ngaphandle kwethempeli; iminyango yavalwa ngokuphazima kweso.


Kepha abaJuda benomhawu, baqoqa abantu ababi, baba yisixuku, base bedala isiyaluyalu emzini. Bahlasela indlu kaJasoni befuna ukubakhiphela ngaphandle kubantu.


Isixuku sabavukela, izinduna zayalela ukuba bakhunyulwe izingubo, bashaywe ngezinduku.


ukufutheka kolaka lwakho ngami, nokuzidla kwakho sekufinyelele ezindlebeni zami; ngizofaka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho; ngikubuyisele emuva ngendlela oweza ngayo.


Ngubani lona omedelelile, nomethukile na? Ngubani lona omphakamisele izwi lakho, nobhekisa amehlo akho phezulu, umqhoshela na? Ngabe ukwenza lokhu koNgcwele ka-Israyeli!


Simakade, imifula iholoba ngamandla, imifula iholoba kakhulu, imifula iduma ngamandla amakhulu.


Ungakhohlwa yizwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo kuya ngokuya kwenyukela.


Izitha zakho zibhonge phakathi endlini yakho yokuhlanganela, zamisa izimpawu zazo zaba ngamabhanela,


Ngenxa yokuba ungithukuthelele, nokuzidla kwakho kwenyukele ezindlebeni zami, ngiyakubeka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho, ngiyakukubuyisela endleleni oweza ngayo.’


Ungathuli, Nkulunkulu wokubonga kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite