Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 82:1 - IsiZulu 2020

1 UNkulunkulu umi emhlanganweni wonkulunkulu; uyehlulela phakathi konkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo lika-Asafa. UNkulunkulu umi emhlanganweni wamaqhawe; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 82:1
12 Referans Kwoze  

Uma athi bangonkulunkulu, labo izwi lakhe elafika kubo, nombhalo ungechithwe,


USimakade umele isikhundla sakhe, ukuthetha icala, ehlulela izizwe.


Uma esifundazweni sangakini ubona abampofu becindezelwa, kungenabulungiswa, futhi bephucwa amalungelo abo, ungamangaliswa yilokho, ngoba isikhulu esiphezulu naso sibhekwe ngesinye, kukhona nezingaphezulu kwazo.


abantu baze bathi: “Impela ukhona umvuzo wolungileyo; impela ukhona uNkulunkulu owehlulelayo emhlabeni.”


Ngiyokubonga ngenhliziyo yami yonke, ngikuhubele phambi konkulunkulu.


“Awunakumthuka uNkulunkulu, noma uqalekise umholi wabantu bakini.


umniniso uyosithatha asilethe kuNkulunkulu, uyosimisa ngasemnyango noma ngasensikeni yomnyango bese umniniso esibhoboza indlebe ngosungulo, sibe yisigqila sakhe impilo yaso yonke.


Zifunele phakathi kwabo amadoda ahloniphekile, amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekile, akuzondayo ukuthola inzuzo ngokungalungile, uwabeke abe yizinduna zezinkulungwane, zamakhulu, zama-50, nezeshumi.


UNkulunkulu uMninimandla wonke, uSimakade uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga lize liyoshona.


Qha, ingani ezinhliziyweni niphehla imisebenzi yokungalungi, ezweni nikala ngendluzula evela ezandleni zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite