AmaHubo 81:2 - IsiZulu 20202 Hubani iculo, nithathe isigubhu nohabhu; imiqangala ekhala kahle. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Hlabani ihubo, nithathe isigubhu nehabhu* elihle nogubhu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 Thathani ihubo, nilethe isigubhu, isigubhu esimnandi ngehabhu. Gade chapit la |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.