Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 81:15 - IsiZulu 2020

15 Abazonda uSimakade bayakuzithoba kuye, ukubhujiswa kwabo kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Abazondi bakaJehova bebeyakuzithobela kuye, kepha isikhathi sabantu bami besiyakuba khona kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Abazondayo uJehova bebeyakuzithoba kuye, kepha isikhathi sabo siyakuma phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 81:15
13 Referans Kwoze  

ophindiselayo kwabamzondayo, ababhubhise; akayukulibala kulowo omzondayo, uyakuphindisela kuye.


Banyembenya abanye, bazonda uNkulunkulu; bayizidlova, bayazidla, bayazigabisa, bangabaqambi bokubi, nabangabalaleli abazali;


Ngokuba ukucabanga komuntu esenyameni kungubutha kuNkulunkulu, lokhu akuwuthobeli umthetho kaNkulunkulu, futhi akusoze kwawuthobela,


Kepha uJuda uyakuzinza kuze kube phakade, neJerusalema liyakuba khona izizukulwane ngezizukulwane.


Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, izizukulwane zabo ziyovikeleka phambi kwakho.”


Ngokuba umusa wakho muhle kunokuphila, izindebe zomlomo wami zizokudumisa.


Ungazikhothameli, ungahungeki ukuba uzikhonze, ngokuba Mina Simakade uNkulunkulu wakho, nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana, kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo,


Abayukwakha, bese kuhlala omunye; abayukutshala, bese kudla omunye, ngokuba izinsuku zabantu bami ziyokuba njengezinsuku zomuthi; abakhethiweyo bami bayowuthokozela isikhathi eside umsebenzi wezandla zabo.


“ ‘Uma nihamba ngezimiso zami, nigcina imiyalo yami, niyenze,


Niyakuxosha izitha zenu, ziwe ngenkemba phambi kwenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite